Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kwathi uJakobe ebona uRaheli indodakazi kaLabani uninalume nezimvu zikaLabani uninalume, uJakobe wasondela, wasusa itshe emlonyeni womthombo, waziphuzisa izimvu zikaLabani uninalume.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kuthe lapho uJakobe embona uRaheli, indodakazi kaLabani, umzala wakhe, nezimvu zikaLabani umalume wakhe, uJakobe wasondela, wagingqa itshe elisusa emlonyeni womthombo, waphuzisa izimvu zikaLabani umalume wakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kwathi uJakobe ebona uRaheli indodakazi kaLabani, umfowabo kanina, nezimvu zikaLabani umfowabo kanina, uJakobe wasondela, wagingqa itshe walisusa emlonyeni womthombo, wazivumela izimvu zikaLabani, umfowabo kanina. Nika amanzi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:10
4 Referans Kwoze  

Kwafika abelusi, bawaxosha. Kepha wayesesukuma uMose, wawasiza, waphuzisa izimvu zawo.


Esakhuluma nabo, uRaheli wafika nezimvu zikayise, ngokuba wayezalusa.


UJakobe wamanga uRaheli, waphakamisa izwi lakhe, wakhala.


UMpristi wakwaMidiyani wayenamadodakazi ayisikhombisa; afika ukukha amanzi, agcwalisa imiqengqe eyophuzisa izimvu zikayise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite