Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 28:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 waya ku-Ishmayeli, wathatha uMahalati indodakazi ka-Ishmayeli indodana ka-Abrahama, udadewabo kaNebayoti, abe ngumkakhe kanye nabafazi ayesenabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 u-Esawu waya ku-Ishmayeli, wathatha uMahalathi, indodakazi ka-Ishmayeli, indodana ka-Abhrahama, ongudadewabo kaNebhayothi, wengeza ngaye ebafazini bakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 U-Esawu waya ku-Ishmayeli wathatha uMahalati indodakazi ka-Ishmayeli indodana ka-Abrahama, udadewabo kaNebayoti, abe ngumkakhe, abe ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 28:9
6 Referans Kwoze  

noBasemati indodakazi ka-Ishmayeli, udadewabo kaNebayoti.


Lawa angamadodana ka-Oholibama umka-Esawu: ngumnumzane uJewushe, nomnumzane uJalamu, nomnumzane uKora; yilabo abangabanumzane abavela ku-Oholibama indodakazi ka-Ana umka-Esawu.


Lawa angamadodana kaRehuweli: ngoNahati, noZera, noShama, noMiza; yilawo angamadodana kaBasemati umka-Esawu.


Kwathi u-Esawu eseneminyaka engamashumi amane, wathatha umfazi uJuditi indodakazi kaBeri umHeti noBasemati indodakazi ka-Eloni umHeti.


U-Esawu wazithathela abafazi kuwo amadodakazi aseKhanani: u-Ada indodakazi ka-Eloni umHeti, no-Oholibama indodakazi ka-Ana, indodakazi kaSibeyoni umHivi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite