Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngalokho, ndodana yami, lalela izwi lami kulokhu engikuyala ngakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Mntanami, lalela amazwi ami, wenze engikuyala ngakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Manje-ke, ndodana yami, lalela izwi lami njengalokho engikuyala ngakho.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:8
8 Referans Kwoze  

Bantwana, lalelani abazali benu eNkosini, ngokuba lokho kulungile.


Unina wayesethi kuye: “Isiqalekiso sakho, ndodana yami, masibe phezu kwami; lalela izwi lami, uhambe ukungithathela wona.”


Kepha uPetru nabaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu.


Kepha oPetru noJohane baphendula, bathi kubo: “Nqumani nina ukuba kulungile yini ebusweni bukaNkulunkulu ukulalela nina kunoNkulunkulu,


Ngalokho, ndodana yami, lalela izwi lami: vuka ubalekele kuLabani umfowethu eHarana,


UJehova wathi kuye: “Esiswini sakho kukhona izizwe ezimbili; izinhlobo ezimbili zabantu ziyakwahlukana ezibilinini zakho; esinye isizwe siyakwahlula esinye, omkhulu akhonze omncane.”


‘Ngilethele inyamazane, ungilungisele isilovela, ukuze ngidle, ngikubusise ebusweni bukaJehova ngingakafi.’


Yana emhlambini, ungithathele khona amazinyane amabili amahle ezimbuzi, ngilungisele uyihlo isilovela njengalokho akuthandayo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite