Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 U-Isaka wayesethi kuJakobe: “Ake usondele, ngikuphathe, ndodana yami, uma uyindodana yami u-Esawu uqobo noma ungesiyo na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 U-Isaka wathi kuJakobe: “Sondela eduzane ukuze ngikuthinte ndodana, ngizenelise ukuthi unguye ngempela u-Esawu noma qha.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 U-Isaka wayesethi kuJakobe: “Sondela ukuba ngikuthinte, ndodana yami, ukuthi uyindodana yami u-Esawu noma qha.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:21
5 Referans Kwoze  

sondelani kuNkulunkulu, khona uyakusondela kinina. Hlanzani izandla nina zoni, nihlambulule izinhliziyo nina bonhliziyombili.


ngidala izithelo zezindebe zomlomo ngokuthi: Ukuthula, ukuthula kuye okude nakuye oseduze,” usho uJehova; “ngiyakumphilisa.”


Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu; ngenzile iNkosi uJehova ibe yisiphephelo sami, ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho.


Mhlawumbe ubaba uyakungiphatha, ngibe ngokhohlisayo emehlweni akhe, ngizilethele isiqalekiso, kungabi yisibusiso.”


UJakobe wasondela ku-Isaka uyise; wamphatha, wathi: “Izwi liyizwi likaJakobe, kepha izandla ziyizandla zika-Esawu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite