Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:54 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 Base bedla bephuza, yona nabantu eyayinabo, balala; sebevuke ekuseni, yathi: “Ngithumeni enkosini yami.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

54 Emveni kwalokho inceku nalabo eyayihamba nabo, badla, baphuza, base belala. Sebevukile ekuseni, inceku yathi: “Ngicela indlela ukuze ngiphindele enkosini yami.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

54 Badla, banatha, yena namadoda ayenaye, bahlala ubusuku bonke; basebeqeda ekuseni bathi: Ngiyekeleni ngiye enkosini yami.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:54
10 Referans Kwoze  

Yathi kubo: “Ningangilibazisi, njengokuba uJehova eyiphumelelisile indlela yami; ngimukiseni ukuba ngiye enkosini yami.”


Base bemukisa udadewabo uRebeka, nomzanyana wakhe, nenceku ka-Abrahama, namadoda ayo.


Ungasho ukuthi: “Kwenziwa kanjani ukuba izinsuku zokuqala zazizinhle kunalezi na?” Ngokuba awubuzi kanjalo ngokuhlakanipha.


Uyambona umuntu ehlakaniphile emsebenzini wakhe na? Uyakuma phambi kwamakhosi, akayikuma phambi kwabantukazana nje.


U-Ahimahasi indodana kaSadoki wayesethi: “Ake ngigijime, ngiyibikele inkosi ukuthi uJehova uyiphindisele ezitheni zayo.”


Wayesebamukisa abafowabo, bahamba; wathi kubo: “Ningaxabani endleleni.”


Kwathi uRaheli esemzalile uJosefa, uJakobe wathi kuLabani: “Ngimukise ukuba ngiye endaweni yami ezweni lakithi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite