Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:49 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 Manje-ke uma nithanda ukuyenzela inkosi yami umusa neqiniso, ngitsheleni; uma kungenjalo, ngitsheleni, ukuze ngiphendukele ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

49 Manje-ke ngicaciseleni ukuthi nizoyiphatha ngokwethembeka nangeqiniso yini inkosi yami, uma kungenjalo ngitsheleni, ukuze ngazi ukuthi ngenzenjani.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

49 Futhi uma manje nithanda ukwenza umusa neqiniso enkosini yami, ngitsheleni; uma kungenjalo, ngitshele; ukuthi ngijike kwesokudla noma kwesobunxele.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:49
6 Referans Kwoze  

Kwase kusondela isikhathi ayesezakufa ngaso u-Israyeli; wayesebiza indodana yakhe uJosefa, wathi kuye: “Uma ngifumene umusa emehlweni akho, ake ubeke isandla sakho phansi kwethanga lami, ungenzele umusa neqiniso: ake ungangimbeli eGibithe.


Athi amadoda kuye: “Mayife imiphefumulo yethu esikhundleni senu; uma ningavezi obala le ndaba yethu, siyakunenzela umusa neqiniso lapho uJehova esinika izwe.”


Isihhe neqiniso makungakushiyi; kubophe entanyeni yakho, ukulobe esibhebheni senhliziyo yakho,


angifanele neze wonke umusa nalo lonke iqiniso okwenzele inceku yakho, ngokuba ngawela leli Jordani ngodondolo lwami kuphela, manje sengingamaqembu amabili.


‘Mangidabule izwe lakho; ngiyakuhamba ngomgwaqo, ngingajiki ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.


ake sidabule izwe lakho; asiyikudabula amasimu nezivini, singaphuzi amanzi emithombo; siyakuhamba ngomgwaqo wenkosi, singajiki ngakwesokunene nangakwesokhohlo size sidlule umkhawulo wakho.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite