Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Indoda yayibhekisisa ithule ukuba yazi, uma uJehova ebephumelelisile indlela yayo noma qha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Indoda yayimile, ithule, imgqolozele, ifuna ukuqiniseka ukuthi ngabe uSimakade ulwenze uhambo lwayo lwaba yimpumelelo yini na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Indoda eyayimmangazile yathula, ukuze yazi ukuthi iNkosi yayiphumelelisile indlela yakhe noma qha.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:21
13 Referans Kwoze  

Ohlakaniphileyo makaqaphele lokhu; bayakuqonda umusa kaJehova.


Yathi: “Jehova, Nkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, ngiphumelelise kahle namuhla, uyenzele inkosi yami u-Abrahama umusa.


Wehla nabo, wafika eNazaretha, wabathobela. Kepha unina wawagcina onke lawa mazwi enhliziyweni yakhe.


Kepha uMariya wagcina onke lawo mazwi ezindla ngawo enhliziyweni yakhe.


Mababonge uJehova ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubo abantwana babantu.


Mababonge uJehova ngomusa wakhe nezimangaliso zakhe kubo abantwana babantu.


Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Yathi kubo: “Ningangilibazisi, njengokuba uJehova eyiphumelelisile indlela yami; ngimukiseni ukuba ngiye enkosini yami.”


Yashesha yathululela imbiza yayo emqengqeni, yabuye yaphuthuma emthonjeni ukuyokukha, yakhelela onke amakamela ayo.


yathi: “Makabongwe uJehova, uNkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, ongayekile ukwenzela inkosi yami umusa neqiniso; uJehova ungiholile mina endleleni kuze kube sendlini yabafowabo benkosi yami.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite