Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 22:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Nesancinza sakhe esigama laso lalinguRewuma sazala oTheba, noGahamu, noTahashi, noMahakha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Nesancinza sakhe esigama laso kunguRehuma samzalela amadodana uTebha, uGahamu, uTahashi, noMahakha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Isancinza sakhe, igama laso lalinguReuma, sazala uTheba, noGahamu, noTahasi, noMaga.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 22:24
7 Referans Kwoze  

Indlu yabaziqhenyayo uJehova uyayisiphula, kepha uyamisa umkhawulo womfelokazi.


Kepha amadodana ezancinza zika-Abrahama u-Abrahama wawanika izipho nje, wawamukisa ku-Isaka indodana yakhe esekhona, aye ngasempumalanga ezweni lasempumalanga.


USarayi, umka-Abrama, wathatha uHagari waseGibithe, incekukazi yakhe, wamnika u-Abrama indoda yakhe abe ngumkakhe, u-Abrama esehlalile iminyaka eyishumi ezweni laseKhanani.


uBetuweli wazala uRebeka; laba abayisishiyagalombili uMilka wabazalela uNahori umfowabo ka-Abrahama.


Ukuhamba kukaSara kwaba yiminyaka eyikhulu namashumi amabili nesikhombisa; yileyo iminyaka yokuhamba kukaSara.


UMahakha, isancinza sikaKalebi, wazala oSheberi noThirihana.


Emva kwakhe wathatha uMahakha, indodakazi ka-Abisalomu; wamzalela o-Abiya, no-Athayi, noZiza, noShelomiti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite