Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 22:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 U-Abrahama waphakamisa amehlo akhe, wabona; bheka, ngemuva yinqama, ibhajiwe esihlahleni ngezimpondo zayo; u-Abrahama waya wayithatha inqama, wanikela ngayo umnikelo wokushiswa esikhundleni sendodana yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 U-Abhrahama waphakamisa amehlo wabona; bheka, nansi inqama emva kwakhe ibhajwe ngezimpondo ehlozini. Wayithatha inqama wenza ngayo umhlatshelo wokushiswa esikhundleni sendodana yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 U-Abrahama waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nanko inqama ibanjwe emva kwakhe esihlahleni ngezimpondo zayo; u-Abrahama waya wayithatha inqama, wanikela ngayo ibe ngumnikelo wokushiswa esikhundleni sendodana yakhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 22:13
10 Referans Kwoze  

Anifikelwanga ukulingwa okungenjengokwabantu; kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu, kepha oyakuthi kanye nokulingwa anenzele indlela yokuphepha, nize nibe namandla okukuthwala.


nezindlebe zakho ziyakuzwa izwi emva kwakho, lithi: “Nansi indlela; hambani ngayo,” noma niphambuka ngakwesokunene, noma niphambuka ngakwesokhohlo.


U-Abrahama wathi: “UNkulunkulu uzakuzibonela imvu yomnikelo ezakushiswa, ndodana yami,” bahamba bobabili kanyekanye.


Yayisithi: “Ungabeki isandla sakho kumfana, ungenzi lutho kuye, ngokuba ngiyazi manje ukuthi uyamesaba uNkulunkulu, lokhu ungagodlanga kimi nandodana eyodwa yakho.”


U-Abrahama waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi uJehova uyabonelela, njengalokhu kuthiwa nanamuhla: Entabeni kaJehova kuyakubonelelwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite