Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 21:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Nayo indodana yesigqilakazi ngiyakuyenza isizwe, ngokuba iyinzalo yakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kepha nozalo lwendodana yesigqila ngiyolwenza lube yisizwe esikhulu, ngoba nalo luyinzalo yakho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngiyakuyenza isizwe ngendodana yesigqilakazi, ngokuba iyinzalo yakho.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 21:13
5 Referans Kwoze  

Vuka uphakamise umfana, umbambe ngesandla sakho, ngokuba ngiyakumenza isizwe esikhulu.”


Ngo-Ishmayeli lo ngikuzwile; bheka, ngiyakumbusisa, ngimuphe inzalo, ngimandise kakhulu impela, azale izikhulu eziyishumi nambili, ngimenze isizwe esikhulu.


Ingelosi kaJehova yathi futhi kuye: “Ngiyakwandisa kakhulu inzalo yakho, ingabe isabalwa ngobuningi bayo.”


U-Abrahama wavuka ekuseni, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi, wakunika uHagari ekubeka ehlombe lakhe kanye nomntwana, wammukisa; wahamba, wazulazula ehlane laseBeri Sheba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite