Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 20:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha u-Abimeleki wayengakasondeli kuye; wathi: “Nkosi, uyakubhubhisa nesizwe esilungileyo na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 U-Abhimeleki wayengakalali noSara. Wayesethi: “Nkosi, impela uzobulala abantu abangenacala na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 U-Abimeleki akasondelanga kuye, wathi: “Nkosi, uyathanda ukubulala nawe isizwe esilungileyo na?

Gade chapit la Kopi




UGenesise 20:4
7 Referans Kwoze  

UDavide wathi kuNkulunkulu: “Akusimi yini owayaleza ukuba abantu babalwe na? Yimina engonileyo; ngenze kabi kakhulu, kepha lezi zimvu zenzeni na? Isandla sakho, Jehova Nkulunkulu wami, masibe phezu kwami naphezu kwendlu kababa, singabi phezu kwabantu bakho ukubashaya ngesifo.”


kakhulu kangakanani, lapho abantu ababi bebulele umuntu olungileyo endlini yakhe embhedeni wakhe, angiyikubiza igazi lakhe esandleni senu, nginisuse emhlabeni, na?”


Wayesethi uNkulunkulu kuye ephusheni: “Nami ngiyazi ukuthi ukwenze lokhu ngobuqotho benhliziyo yakho; futhi ngakuvimba ukuba ungoni kimi; ngalokho angikuvumelanga ukuba umthinte.


Khona uJehova wanisa phezu kweSodoma naphezu kweGomora isibabule nomlilo, kuvela kuJehova ezulwini.


Akashongo kimi ukuthi: ‘Ungudadewethu,’ na? Naye uqobo wathi: ‘Ungumnewethu.’ Ngobuqotho benhliziyo yami nangobumhlophe bezandla zami ngikwenzile lokhu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite