Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 2:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kepha kwenyuka inkungu ivela emhlabathini, yanisela ubuso bonke bomhlaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Kepha kwakuqubuka amanzi evela phansi komhlaba awuswakamise wonke umhlabathi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kodwa kwenyuka inkungu isuka emhlabeni yanisela bonke ubuso bomhlaba.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 2:6
3 Referans Kwoze  

Kwakungakabikho sihlahla endle, namifino yayingakamili emhlabathini, ngokuba uJehova uNkulunkulu wayengakanisi imvula emhlabeni, kungakabikho muntu wokulima umhlabathi.


UJehova uNkulunkulu wambumba umuntu ngomhlabathi, waphefumulela emakhaleni akhe umoya wokuphila; kanjalo umuntu waba umphefumulo ophilayo.


Ukhuphula izinkungu emikhawulweni yomhlaba, wenza imibani kube yimvula; ukhipha umoya ezingotsheni zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite