Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 2:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UJehova uNkulunkulu wakha owesifazane ngobambo abeluthathile kumuntu, wamyisa kumuntu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 USimakade uNkulunkulu wambumba owesifazane ngobambo ayeluthathe kumuntu, wayesemletha kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngobambo uJehova uNkulunkulu aluthatha kumuntu, wenza owesifazana, wamletha kumuntu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 2:22
7 Referans Kwoze  

Ngokuba u-Adamu wabunjwa kuqala, emva kwalokho u-Eva.


Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, umbhede ungabi nasisihla, ngokuba izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.


Indlu nemfuyo kuyifa elivela koyise, kepha umfazi ohlakaniphileyo uvela kuJehova.


Ofumana umfazi uthola okuhle; uzuzile isisa kuJehova.


UJehova uNkulunkulu wabumba ngomhlabathi zonke izilwane zasendle nezinyoni zonke zezulu, waziyisa kumuntu ukuba abone ukuthi umuntu angaziqamba ngokuthini, ukuze kuthi, njengalokhu umuntu eziqamba zonke izilwane eziphilayo, lokhu kube ngamagama azo.


Uma uJehova engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uJehova engalondolozi umuzi, umlindi wawo ulindela ize.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite