Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 2:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Umuntu waziqamba amagama zonke izinkomo, nezinyoni zezulu, nezilwane zasendle. Kepha umuntu akatholelwanga umsizi onjengaye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Umuntu waziqamba ngamagama zonke izilwane ezifuyiweyo, izinyoni zezulu nezilwane zasendle. Kepha asikho phakathi kwalezo zilwane esatholakala sifanele ukuba ngumsizi wakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 U-Adamu waziqamba amagama zonke izinkomo, nezinyoni zonke zezulu, nezilwane zasendle; kepha u-Adamu akafunyanwanga umsizi onjengaye.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 2:20
3 Referans Kwoze  

UJehova uNkulunkulu wathi: “Akukuhle ukuba umuntu ahlale yedwa. Ngizakumenzela umsizi onjengaye.”


UJehova uNkulunkulu wamehlisela umuntu ubuthongo obunzima, walala; wayesethatha olunye lwezimbambo zakhe, wavala indawo ngenyama.


izimvu, nezinkomo zonke, yebo, nezilwane zasendle,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite