Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 19:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Zingakalali, amadoda omuzi, amadoda aseSodoma, azungeza indlu, amasha namadala, abantu bonke bephelele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Kwathi lapho zingakalali, kwafika bonke abesilisa baseSodoma, abancane nabadala, bazungeza indlu kaLothi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kepha ngaphambi kokuba zilale, amadoda omuzi, amadoda aseSodoma, ahaqa indlu, amadala nabasha, bonke abantu nxazonke.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 19:4
12 Referans Kwoze  

Kepha abantu baseSodoma babebabi, bengabonayo kakhulu phambi kukaJehova.


Ngokuba abalali, uma bengenzanga okubi; ubuthongo buyasuswa, uma bengakhubekisanga muntu.


“Awuyikulandela umbimbi ukuyokwenza okubi, ungafakazi ecaleni ngokulandela umbimbi, uphendukezele isahlulelo;


UJehova wathi: “Isikhalo saseSodoma nesaseGomora sikhulu, nezono zabo zinzima impela.


izinyawo zabo zishesha ukuchitha igazi,


Izandla zabo ziphezu kokubi ukukuthuthukisa; isikhulu sinesicelo, umahluleli ubheka umvuzo; omkhulu ukhuluma ngesifiso somphefumulo wakhe; bayakwalukanisa.


Abaprofethi baprofetha amanga, abapristi babusa eceleni kwabo; abantu bami bayakuthanda kanjalo, kepha niyakwenze njani ekupheleni na?


nenhliziyo eceba imicabango emibi, nezinyawo ezishesha ukugijimela ebubini,


Lonke ibandla labantwana bakwa-Israyeli lakhonona ngoMose nango-Aroni ehlane.


Besajabulisa izinhliziyo zabo, bheka, abantu bomuzi, abantu ababi, bahaqa indlu nxazonke, bangqongqotha emnyango; basho kumninindlu, ixhegu, bathi: “Khipha lowo muntu owangena endlini yakho ukuba simazi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite