Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 19:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Woza simphuzise ubaba iwayini, silale naye ukuba sizizuzele inzalo kubaba.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Woza simgcince ngewayini adakwe, bese silala naye ukuze silondoloze uzalo lwakithi, siluphembe ngaye.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Wozani simphuzise ubaba iwayini, sihlanganyele naye, ukuze sigcine inzalo kababa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 19:32
8 Referans Kwoze  

Base bethi omunye komunye: “Wozani, ake senze izitini, sizishisise.” Izitini zaba ngamatshe abo, nebitume* laba ludaka lwabo.


“Mfundisi, uMose wasilobela ukuthi, uma kufa umfowabo womuntu, eshiya umkakhe engashiyi mntwana, umfowabo makamthathe umkakhe, amvusele umfowabo inzalo.


Waphuza iwayini, wadakwa, walala nqunu etendeni lakhe.


“Xwayani ukuba izinhliziyo zenu zingasindwa ngukuminza nokudakwa nokunaka okwalokhu kuphila, lunizume lolo suku ningazelele,


Ngalobo busuku ayesemphuzisa uyise iwayini; enkulu yangena yalala noyise, engazi ukulala kwayo nokuvuka kwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite