Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 18:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wayesethi: “Impela ngiyakubuyela kuwe emva komnyaka ngalesi sikhathi; bheka, khona umkakho uSara uyakuba nendodana.” USara wakuzwa lokhu esemnyango wetende ongasemva kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Enye yalawo madoda yathi: “Ngizobuya noma kanjani ngalesi sikhathi ngonyaka ozayo; umkakho uSara uzobe esenendodana.” USara wakuzwa lokho esemnyango wethende ngemva kuka-Abhrahama.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wathi: “Impela ngiyakubuyela kuwe ngesikhathi sokuphila; bheka, umkakho uSara uzakuba nendodana. USara wezwa ngasemnyango wetende elingasemva kwakhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 18:10
15 Referans Kwoze  

USara wakhulelwa, wamzalela u-Abrahama indodana esemdala kuleyo nkathi uNkulunkulu abeyishilo kuye.


Kepha ngiyakumisa isivumelwano sami no-Isaka azakukuzalela yena uSara ngalesi sikhathi ngomnyaka ozayo.”


UNkulunkulu wathi: “Qha, uSara umkakho uyakukuzalela indodana; uyakubiza igama layo ngokuthi u-Isaka; ngiyakusimisa isivumelwano sami naye, sibe yisivumelwano esiphakade nenzalo yakhe emva kwakhe.


Ngiyakumbusisa, ngikunike indodana ngaye; yebo, ngiyakumbusisa abe yizizwe, kuvele kuye amakhosi abantu.”


Kepha nina bazalwane, njengo-Isaka ningabantwana besithembiso.


Kodwa eyesigqilakazi izelwe ngokwenyama, kepha eyokhululekileyo izelwe ngesithembiso.


Kepha ingelosi yathi kuye: “Ungesabi, Zakariya, ngokuba isicelo sakho sizwakele; umkakho u-Elisabethe uzakukuzalela indodana, uyiqambe igama lokuthi uJohane.


Ingelosi kaJehova yathi futhi kuye: “Ngiyakwandisa kakhulu inzalo yakho, ingabe isabalwa ngobuningi bayo.”


Athi kuye: “Uphi uSara umkakho na?” Wathi: “Nangu etendeni.”


UJehova wamhambela uSara njengokusho kwakhe; UJehova wenza kuSara njengalokho ekhulumile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite