Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 15:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Amanqe ehlela phezu kwezidumbu; u-Abrama wawaxosha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Kwase kwehlela amanqe enyameni, kodwa u-Abhrama wawaxosha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Izinyoni zafika phezu kwezidumbu, u-Abrama wazixosha.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 15:11
6 Referans Kwoze  

Ekuhlwanyeleni kwakhe enye imbewu yawela ngasendleleni; kwafika izinyoni, zayidla zayiqeda.


Ngomlomo wami ngimemezele zonke izahlulelo zomlomo wakho.


“ ‘Kepha kwakukhona nolunye ukhozi olukhulu olunamaphiko amakhulu nezimpaphe eziningi; bheka, lo mvini wabhekisa izimpande zawo kulo, waphumisela kulo amagatsha awo ukuba luwunisele kunemisele lapho wawutshalwe khona.


uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ukhozi olukhulu olunamaphiko amakhulu noluzimpaphe zalo zinkulu, lugcwele izimpaphe ezinemibala eyahlukeneyo, lweza eLebanoni, lwathatha isihloko somsedari*,


Wamthathela zonke lezo, wazinquma phakathi, wabeka kwaba yileyo naleyo nxenye ukuba ibhekane nenye; kepha izinyoni akazinqumanga.


Kwathi ngokushona kwelanga ubuthongo obunzima bamehlela u-Abrama; bheka, washaywa luvalo lobumnyama obukhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite