Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 14:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 namaHori entabeni yawo iSeyiri, kwaze kwaba se-Eli Pharanu ngasehlane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 namaHori asezintabeni eSeyiri, bawanqoba, bawaxosha aze afika e-Eli Pharani ehlane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 namaHori ezintabeni zawo iSeyiri, kwaze kwaba se-Eliparani elisehlane.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 14:6
13 Referans Kwoze  

njengalokho ebenzela abantwana bakwa-Esawu ababehlala eSeyiri, lapho ewachitha amaHori phambi kwabo, bawaxosha, bahlala esikhundleni sawo kuze kube namuhla;


AmaHori nawo ayehlala eSeyiri kuqala, kepha abantwana bakwa-Esawu bawaxosha, bawachitha phambi kwabo, bakha esikhundleni sawo njengalokho u-Israyeli enza kulo izwe elaliyifa lakhe, aphiwe lona nguJehova.


Wahlala ehlane lasePharanu; unina wamthathela umfazi ezweni laseGibithe.


UMose wabathuma-ke besuka ehlane lasePharanu ngesiyalezo sikaJehova; bonke babo babe ngabantu abayizinhloko zabantwana bakwa-Israyeli.


Ngasemuva abantu basuka eHaseroti, bamisa ehlane lasePharanu.


UNkulunkulu uvela eThemani, oNgcwele uphuma entabeni yasePharanu. Sela* Udumo lwakhe lusibekela amazulu, nomhlaba ugcwele indumiso yakhe.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka ehlane laseSinayi amabanga ngamabanga; ifu lema ehlane lasePharanu.


U-Esawu wahlala entabeni yaseSeyiri; u-Esawu ungu-Edomi.


Ingelosi kaJehova yamfumana ngasemthonjeni wamanzi ehlane, umthombo osendleleni eya eShuri.


UJakobe wathuma izithunywa phambi kwakhe ku-Esawu umfowabo ezweni laseSeyiri, izwe lakwa-Edomi.


Basuka kwaMidiyani, beza ePharanu; bathatha amadoda ePharanu, baya nawo eGibithe kuFaro inkosi yaseGibithe; yena wamnika indlu, wamnqumela ukudla, wamnika nezwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite