Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 12:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Usholoni ukuthi: ‘Ungudadewethu,’ ngize ngimthathe abe ngumkami, na? Bheka manje, nangu umkakho; mthathe, uhambe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Usholoni ukuthi ungudadewenu ngaze ngamthatha ukuba abe ngumkami na? Manje-ke nangu umkakho. Mthathe uhambe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Usholoni ukuthi: ‘Ungudadewethu? ukuze ngimthathe abe ngumkami; manje bheka umkakho, umthathe uhambe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 12:19
4 Referans Kwoze  

UFaro wayesembiza u-Abrama, wathi: “Kuyini lokho okwenze kimi na? Awungitshelanga ngani ukuthi ungumkakho na?


UFaro wayala amadoda ngaye; ammukisa kanye nomkakhe nakho konke anakho.


U-Abimeleki wayesethatha izimvu, nezinkabi, nezinceku, nezincekukazi, wazipha u-Abrahama, wambuyisela uSara umkakhe.


Hamba udle isinkwa sakho ngentokozo, uphuze iwayini ngenhliziyo enhle, ngokuba uNkulunkulu usevumile imisebenzi yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite