Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 11:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Izinsuku zikaThera zaziyiminyaka engamakhulu amabili nanhlanu; uThera wafela eHarana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 UThera waphila iminyaka engama-205, wafela eHarana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Imihla kaTera yaba yiminyaka emakhulu mabini anamihlanu; wafa uTera eHarana.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 11:32
6 Referans Kwoze  

UThera wathatha u-Abrama indodana yakhe, noLoti indodana kaHarana, indodana yendodana yakhe, noSarayi umalokazana wakhe, umka-Abrama indodana yakhe, waphuma nabo e-Uri lamaKaledi ukuya ezweni laseKhanani; bafika eHarana, bakha khona.


UJehova wathi ku-Abrama: “Phuma ezweni lakini, nasezihlotsheni zakho, nasendlini kayihlo, uye ezweni engiyakukukhombisa lona.


Inceku yayisithatha amakamela ayishumi emakameleni enkosi yayo, yahamba, izinto zonke ezinhle zenkosi yayo zisesandleni sayo; yasuka, yaya eMesopotamiya emzini kaNahori.


Onkulunkulu balezo zizwe ezachithwa ngobaba, iGozani, neHarana, neResefi, nabantwana base-Edene abaseThelasari, bazophula na?


Emva kwalokho uJobe wayesekhona iminyaka eyikhulu namashumi amane, wabona amadodana akhe namadodana amadodana akhe kwaze kwaba yizizukulwane ezine.


Onkulunkulu balezo zizwe ezachithwa ngobaba, iGozani, neHarana, neResefi, nabantwana base-Edene ababeseThelasari bazophula na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite