Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 11:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Emva kokuzalwa kuka-Arpakishade uShemi wahamba iminyaka engamakhulu ayisihlanu, wazala amadodana namadodakazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Esemzele u-Arifaksadi, waphila iminyaka engama-500: wayezele namanye amadodana namadodakazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Emva kokuzalwa kuka-Arpakishadi uShemi wahamba iminyaka engamakhulu amahlanu, wazala amadodana namadodakazi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 11:11
8 Referans Kwoze  

Kepha zalani nina, nande, nichume emhlabeni, nivame kuwo.”


Lapho amadodana ethu enjengezithombo ezikhulileyo ebusheni bazo, namadodakazi ethu enjengamatshe amagumbi abaziwe ngendlela yokwakhiwa kwezindlu zamakhosi;


UNkulunkulu wababusisa; uNkulunkulu wathi kubo: “Zalani, nande, nigcwalise umhlaba, niwunqobe, nibuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni.”


Lezi ziyizizukulwane zikaShemi; uShemi wayeneminyaka eyikhulu, wazala u-Arpakishade iminyaka emibili emva kukazamcolo.


U-Arpakishade wahamba iminyaka engamashumi amathathu nanhlanu, wazala uShela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite