Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 1:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kwaba ngukuhlwa, kwaba ngukusa, usuku lwesine.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Kwahlwa, kwabuye kwasa, kwaba ngusuku lwesine.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kwaba ngukuhlwa, kwaba kusasa, usuku lwesine.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 1:19
6 Referans Kwoze  

zibuse imini nobusuku, zahlukanise ukukhanya nobumnyama. UNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.


UNkulunkulu wathi: “Amanzi mawagcwale uswebezane lwezilwane eziphilayo, kundize izinyoni phezu komhlaba emkhathini wezulu.”


UNkulunkulu wabiza ukukhanya ngokuthi imini; ubumnyama wabubiza ngokuthi ubusuku. Kwaba ngukuhlwa, kwaba ngukusa, usuku lokuqala.


UNkulunkulu wabiza umkhathi ngokuthi izulu. Kwaba ngukuhlwa, kwaba ngukusa, usuku lwesibili.


UNkulunkulu wabona konke akwenzileyo; bheka, kwakukuhle kakhulu. Kwaba ngukuhlwa, kwaba ngukusa, usuku lwesithupha.


UJesu wathi kuye: “Ngiqinisile ngithi kuwe: Namhlanje ngalobu busuku, lingakakhali kabili iqhude, uzakungiphika kathathu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite