Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 8:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Izanusi zenze njalo ngemilingo yazo, zenyusela amasele ezweni laseGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kepha nosomlingo benza kanjalo ngemilingo yabo, bakhuphulela amasele eGibhithe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Izanusi zenza njalo ngemilingo yazo, zakhuphula amasele ezweni laseGibithe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 8:7
8 Referans Kwoze  

Khona uFaro wabiza izihlakaniphi nabalumbi; izanusi zaseGibithe nazo zenze njalo ngemilingo yazo.


Izanusi zaseGibithe zenze njalo ngemilingo yazo, yaze yaba lukhuni inhliziyo kaFaro; kabalalelanga, njengalokho eshilo uJehova.


Futhi sibadukisa abakhileyo emhlabeni ngezibonakaliso esazinikwayo ukuba sizenze phambi kwesilo, sithi kwabakhileyo emhlabeni mabasenzele umfanekiso isilo, ebesinenxeba lenkemba kepha sasinda.


NjengoJane noJambre bamelana noMose, kanjalo laba bamelana neqiniso, abantu abonakele ingqondo, abehluleka enkolweni.


Ngokuba kuyakuvela okristu bamanga nabaprofethi bamanga, baveze izibonakaliso ezinkulu nezimangaliso, ukuze kudukiswe nabakhethiweyo, uma kungenzeka.


Nezanusi zenze njalo ngemilingo yazo ukuba ziveze omiyane, kepha zahluleka. Omiyane babe khona kubantu nasezinkomeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite