Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 7:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Zaphelela izinsuku eziyisikhombisa, selokhu uJehova eshayile umfula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Kwedlula izinsuku eziyisikhombisa uSimakade eyishayile iNayili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Zaphelela izinsuku eziyisikhombisa emva kokuba uJehova eshayile umfula.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 7:25
5 Referans Kwoze  

UGadi wayesefika kuDavide, wamtshela, wathi kuye: “Kufike kuwe yini iminyaka eyisikhombisa yendlala ezweni lakini, noma ubalekele izitha zakho izinyanga ezintathu zisakuxosha, noma kube khona izinsuku ezintathu zesifo ezweni lakini na? Manje cabanga, ubone ukuthi yiliphi izwi engiyakulibuyisela kongithumileyo.”


Ababonananga; akusukanga muntu endaweni yakhe izinsuku zaze zaba ntathu; kepha kubo bonke abantwana bakwa-Israyeli kwakukhona ukukhanya emakhaya abo.


AbaseGibithe bemba nxazonke zomfula ukuthola amanzi okuphuza, ngokuba babengenakuphuza amanzi asemfuleni.


UJehova wayesethi kuMose: “Ngena kuFaro, uthi kuye: ‘Usho kanje uJehova, uthi: Bavumele abantu bami ukuba bahambe, bangikhonze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite