Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 7:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Izinhlanzi ezisemfuleni ziyakufa, umfula unuke; abaseGibithe bayakunengwa ngukuphuza amanzi emfuleni.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Izinhlanzi ezisemfuleni ziyokufa, umfula iNayili unuke phu, abaseGibhithe bayakukhathazeka bengakwazi ukuwaphuza amanzi omfula.” ’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Izinhlanzi ezisemfuleni ziyakufa, nomfula unuke; futhi abaseGibhithe ngeke bawaphuze amanzi omfula.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 7:18
5 Referans Kwoze  

AbaseGibithe bemba nxazonke zomfula ukuthola amanzi okuphuza, ngokuba babengenakuphuza amanzi asemfuleni.


Izinhlanzi zasemfuleni zafa; umfula wanuka; abaseGibithe babengenakuphuza amanzi asemfuleni; igazi lalikhona ezweni lonke laseGibithe.


Abantu bakhuluma kabi ngoNkulunkulu nangoMose, bathi: “Nisikhuphuleleni eGibithe ukuba sifele ehlane na? Ngokuba akukho sinkwa, akukho manzi; umphefumulo wethu uyanengwa yilesi sinkwa esilulana.”


kepha inyanga epheleleyo, ize iphume ngamakhala enu, inengeke kini, ngokuba nimlahlile uJehova ophakathi kwenu, nakhala phambi kwakhe ngokuthi: “Saphumelani eGibithe na?” ’ ”


Imifula iyakunuka, imifudlana yaseGibithe iyakuncipha, yome, kubune umhlanga nebungu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite