Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 7:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngokuba yilowo nalowo waphonsa phansi induku yakhe, zaphenduka izinyoka; kepha induku ka-Aroni yagwinya izinduku zabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Ngamunye baphonsa phansi izinduku zabo; zaphenduka izinyoka, kodwa induku ka-Aroni yazigwinya izinduku zabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngokuba yilowo nalowo waphonsa induku yakhe, yaba yizinyoka, kepha induku ka-Aroni yadla izinduku zabo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 7:12
9 Referans Kwoze  

NingabakaNkulunkulu nina bantwanyana, nibahlulile, ngokuba lowo okini mkhulu kunaye osezweni.


Izanusi zazingenakuma phambi kukaMose ngenxa yamathumba, ngokuba amathumba ayekhona kuzo izanusi nakubo bonke abaseGibithe.


Kepha abasayikuqhubekela phambili; ngokuba ubuwula babo buyakuba sobala kubo bonke, njengokuba kwaba njalo nobabo.


Khona uFaro wabiza izihlakaniphi nabalumbi; izanusi zaseGibithe nazo zenze njalo ngemilingo yazo.


Inhliziyo kaFaro yaba lukhuni, kabalalelanga, njengalokho eshilo uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite