UEksodusi 5:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngalona lolo suku uFaro wayala abaphathi babantu nezinduna zabo, wathi: Gade chapit laIsiZulu 20206 Ngalolo lusuku uFaro wayala izinduna zabantu nabaphathi babo, wathi: Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20246 UFaro wazilaya izikhulu zabantu nezinceku zabo ngalona lolo suku, wathi: Gade chapit la |
Bonke abakwa-Israyeli namalunga abo, nezinduna zabo, nabahluleli babo babemi ngalapha nangalapha komphongolo phambi kwabapristi bamaLevi abathwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova, abafokazi nabokuzalwa ekhaya, inxenye yabo ibhekene nentaba yaseGerizimu, inxenye yabo ibhekene nentaba yase-Ebali, njengalokho uMose inceku kaJehova ebeyalile, ukuba babusise abantu bakwa-Israyeli kuqala.