Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 5:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Izinceku zakho aziphiwanga tshani; nokho bathi kithi: ‘Bumbani izitini.’ Futhi bheka, izinceku zakho ziyashaywa, kepha icala likubantu bakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Izinceku zakho azisanikwa tshani, nokho bathi kithi: ‘Yenzani izitini!’ Futhi kunjalo nje izinceku zakho ziyashaywa, kepha icala likubantu bakho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Izinceku zakho azinikwanga tshani, kepha bathi kithi: ‘Yenzani izitina, nibone, izinceku zakho ziyashaywa; kodwa icala likubantu bakho.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 5:16
6 Referans Kwoze  

Base bethi omunye komunye: “Wozani, ake senze izitini, sizishisise.” Izitini zaba ngamatshe abo, nebitume* laba ludaka lwabo.


Zase zifika izinduna zabantwana bakwa-Israyeli, zakhala kuFaro, zathi: “Uziphathelani izinceku zakho kanje na?


Kepha wathi: “Yinina enenqena, yebo, niyenqena; ngalokho nithi: ‘Ake sihambe sihlabele uJehova.’


yakhuluma kubo njengesiluleko sezinsizwa ngokuthi: “Ubaba walenza ijoka lenu lasinda, mina ngiyakwenezela ejokeni lenu; ubaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngiyakunishaya ngawofezela.”


Ngase ngibuye ngabona konke ukucindezela okwenziwa phansi kwelanga; bheka izinyembezi zabacindezelwayo; babengenamduduzi. Ohlangothini lwababacindezelayo kwakukhona amandla, kepha bona babengenamduduzi.


Ekuzalweni kwakho inkaba yakho ayinqunywanga ngosuku lokuzalwa kwakho, awugezwanga ngamanzi ukuba uhlambuluke, awuhlikihlwanga nakanye ngosawoti, awusongwanga nokusongwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite