Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 40:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ubeke i-altare legolide lempepho phambi komphongolo wobufakazi, ulengise iveli lomnyango wetabernakele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Uyakubeka i-althare legolide lokushisela impepho phambi komphongolo wesivumelwano, bese ufaka isihenqo somnyango wethabanakeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kumelwe ubeke i-altare legolide lempepho ngaphambi komphongolo wobufakazi futhi unamathisele izilenge zomnyango wetabernakele.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 40:5
12 Referans Kwoze  

Ngokuba uKristu kangenanga endaweni engcwele eyenziwe ngezandla, engumfanekiso waleyo okuyiyo ngempela, kepha wangena ezulwini uqobo ukuba manje abonakale ebusweni bukaNkulunkulu ngenxa yethu,


UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.


“Ubeke i-altare lomnikelo wokushiswa phambi komnyango wetabernakele letende lokuhlangana.


Nxa ikamu* lisuka, u-Aroni uyakungena kanye namadodana akhe, behlise iveli lesihenqo, basibekele umphongolo wobufakazi ngalo,


Ulibeke phambi kwesihenqo esingasemphongolweni wobufakazi, ngaphambi kwesihlalo somusa esiphezu kobufakazi, lapho ngiyakuhlangana khona nawe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite