Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 4:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UJehova wathi futhi kuye: “Faka isandla sakho esifubeni sakho.” Wayesefaka isandla sakhe esifubeni sakhe; lapho esesikhipha, bheka, isandla sakhe sasinochoko, sinjengeqhwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 USimakade wabuye wathi kuye: “Faka isandla esifubeni sakho.” Wasifaka. Lapho esikhipha, mameshane, isandla sakhe sabe sesinochoko, simhlophe njengeqhwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 INkosi yasisithi kuye: Faka isandla sakho esifubeni sakho. Wasifaka isandla sakhe esifubeni sakhe; wasikhipha, bheka, isandla sakhe sasinochoko njengeqhwa.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 4:6
3 Referans Kwoze  

Uchoko lukaNahamani luyakunamathela kuwe nasenzalweni yakho kuze kube phakade.” Wayesephuma yena ebusweni bakhe enochoko, emhlophe njengeqhwa.


Ifu lasuka phezu kwetende; bheka, uMiriyamu wayesenochoko, enjengeqhwa; u-Aroni wambheka uMiriyamu; bheka, wayenochoko.


umpristi makalibheke; uma uboya obusebaleni elikhanyayo buphendukile baba mhlophe, libonakala lishonile kunesikhumba, bheka, kuluchoko; luqhamukile esibazini; khona umpristi uyakusho athi ungcolile; kuyisifo sochoko.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite