Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 37:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wawukhandela amasongo amane egolide ezinyaweni zawo zozine, amasongo amabili kolunye uhlangothi lwawo, namasongo amabili kolunye uhlangothi lwawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Wawenzela amasongo amane egolide ezinyaweni zozine zawo, amasongo ngamabili ngakulolu hlangothi, namabili ngakolunye uhlangothi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wabumbela amasongo amane egolide ukuba ahlanganiswe emagumbini alo omane; amasongo amabili kolunye uhlangothi lwawo, namasongo amabili kolunye uhlangothi lwawo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 37:3
5 Referans Kwoze  

Wawunameka ngegolide elicwengekileyo ngaphakathi nangaphandle, wawenzela udini lwegolide nxazonke.


Wazenza izinti zomuthi womtholo, wazinameka ngegolide.


Abantwana bamaLevi bawuthwala umphongolo kaNkulunkulu emahlombe abo ngezinti zawo njengokuyala kukaMose ngezwi likaJehova.


Ngokuba amakherubi* awelula amaphiko awo phezu kwendawo yomphongolo, amakherubi asibekela umphongolo nezinti zawo ngaphezulu.


Ngase ngithi kulo: “Nkosi yami, nguwe owaziyo.” Lase lithi kimi: “Laba yibo abaphuma osizini olukhulu, bahlanza izingubo zabo, bazenza zaba mhlophe egazini leWundlu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite