Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 27:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Izinti zalo ziyakufakwa emasongweni, izinti zibe sezinhlangothini zombili ze-altare, nxa lithwalwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Izingongolo ziyofakwa emasongweni, ukuze zibe sezinhlangothini zombili ze-althare, uma lithwelwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Izinti kumelwe zifakwe emasongweni, futhi izinti zibe sezinhlangothini zombili ze-altare ukuze lithwalwe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 27:7
5 Referans Kwoze  

Ulenzele amasongo amabili egolide phansi kodini lwalo nxazombili, uwenze ezinhlangothini zombili zalo, abe yizindawo zezinti zokulithwala.


Wozenza izinti ngomuthi womtholo, uzinameke ngegolide, ukuba itafula lithwalwe ngazo,


Uyakwenza izinti ze-altare, izinti zomuthi womtholo, uzinameke ngethusi.


“Nxa u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukusibekela indlu engcwele nempahla yonke yendlu engcwele, lapho ikamu* liyakusuka, emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukukuthwala, kepha awayikuthinta okungcwele, funa afe. Lezo zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite