UEksodusi 27:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Uyakwenza izimpondo zalo emagumbini alo omane, izimpondo zalo zibe kunye nalo, ulinameke ngethusi. Gade chapit laIsiZulu 20202 Uyokwenza izimpondo zalo emakhoneni omane alo, izimpondo zalo zibe yinto eyodwa ne-althare, ulicake ngethusi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20242 Uzakwenza izimpondo zalo emagumbini alo omane; izimpondo zakhe kumelwe zibe munye; futhi kumelwe ulimboze ngethusi. Gade chapit la |
Ngalona lolo suku inkosi yangcwelisa ingaphakathi legceke elalingaphambi kwendlu kaJehova, ngokuba wanikela lapho ngomnikelo wokushiswa, nangomnikelo wempuphu, nangamanoni eminikelo yokuthula, lokhu i-altare lethusi elaliphambi kukaJehova lalilincane ukuba liwamukele umnikelo wokushiswa, nomnikelo wempuphu, namanoni eminikelo yokuthula.