Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 26:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Izilenge eziyisihlanu ziyakuhlanganiswa esinye nesinye, nezinye izilenge eziyisihlanu zihlanganiswe esinye nesinye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Amakhethini ayisihlanu ayothungwa ahlanganiswe ndawonye, kanjalo namanye amakhethini ayisihlanu ayothungwa ahlanganiswe ndawonye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Izilenge eziyisihlanu ziyakuhlangana, esinye nesinye; nezinye izilenge eziyisihlanu ziyakuhlanganiswa, elinye nelinye.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 26:3
12 Referans Kwoze  

engabambeleli kuye oyinhloko, okungaye umzimba wonke usizwa, uhlanganiswa ngamalungu nemisipha, ukhula ngokukhula kukaNkulunkulu.


ukuze izinhliziyo zabo ziduduzwe, behlanganisiwe othandweni babe nengcebo yonke yokwazi okuphelele, bazisise imfihlakalo kaNkulunkulu enguKristu,


okungaye umzimba wonke uhlanganisiwe, ubambene ngokwelekelelana kwamalungu onke awo njengokusebenza okulinganiselwe yilelo nalelo lungu, kukhuliswe umzimba, ube yisakhiwo othandweni.


Kepha kukhona iziphiwo zomusa ezahlukeneyo, kepha nguye lowo Moya.


ukuba bonke babe munye, njengalokhu wena Baba ukimi, nami ngikuwe, ukuba nabo babe kithina, ukuze izwe likholwe ukuthi wena ungithumile.


Wahlanganisa izilenge eziyisihlanu esinye nesinye; wazihlanganisa nezinye izilenge eziyisihlanu esinye nesinye.


Wohlanganisa izilenge eziyisihlanu ngokwazo, nezilenge eziyisithupha ngokwazo, isilenge sesithupha siphindwe phambi kwetende.


Ubude besilenge sinye bube yizingalo ezingamashumi amabili nesishiyagalombili, ububanzi baso bube yizingalo ezine, zonke izilenge zilingane.


Wozenza izihibe ngokuluhlaza eceleni lesinye isilenge emphethweni wasekuhlanganeni, wenze njalo eceleni lesilenge sokugcina ekuhlanganeni kwesibili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite