Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 23:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Awuyikumcindezela umfokazi, ngokuba niyazi inhliziyo yomfokazi, lokhu naningabafokazi ezweni laseGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Awuyukumcindezela umfokazi, uyayazi inhliziyo yomfokazi, ngokuba nani naningabafokazi eGibhithe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ungamcindezeli umfokazi, ngokuba niyayazi inhliziyo yomfokazi, ngokuba naningabafokazi ezweni laseGibithe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 23:9
13 Referans Kwoze  

“ ‘Makaqalekiswe ophendukezela isahlulelo somfokazi, nesentandane, nesomfelokazi.’ “Bonke abantu bayakusho ukuthi: ‘Amen.’


“Awuyikukhathaza umfokazi, ungamcindezeli, ngokuba naningabafokazi ezweni laseGibithe.


nga ungayihawukelanga yini inceku ekanye nawe, njengokuba nami ngikuhawukele, na?’


Bathukile kuwe uyise nonina, bacindezela abezizwe phakathi kwakho, bona phakathi kwakho izintandane nabafelokazi.


Bayabhubhisa umfelokazi nomfokazi, nezintandane bayazibulala.


Thandani-ke umfokazi, ngokuba naningabafokazi ezweni laseGibithe.


Kepha uma sihlala usuku lube lunye noma zibe zimbili, akayikujeziswa, ngokuba siyimali yakhe.


“ ‘Uma umfokazi egogobele kuwe ezweni lakini, aniyikumhlupha.


“Unganengwa ngowakwa-Edomi, ngokuba ungumfowenu; awuyikunengwa ngowaseGibithe, ngokuba wawungumfokazi ezweni lakubo.


Abantu bezwe bacindezele nokucindezela, baphangile nokuphanga, yebo, bakhathazile abampofu nabaswelayo, bacindezele abafokazi ngokungengamthetho.


“Ohlabela abanye onkulunkulu ngaphandle kukaJehova yedwa uyakubhujiswa nokubhujiswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite