Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 23:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “Iminyaka eyisithupha uyakutshala izwe lakho, uvune izithelo zalo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 “Iminyaka eyisithupha uyakutshala insimu yakho, uvune isivuno sayo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kumelwe uhlwanyele izwe lakho iminyaka eyisithupha futhi ubuthe izithelo zalo;

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 23:10
6 Referans Kwoze  

kepha ngomnyaka wesikhombisa uyakuliyeka libe yifusi ukuba abampofu babantu bakho badle; abakushiyayo makudliwe yizilwane zasendle; wenze njalo nangesivini sakho nangeminqumo yakho.


UJehova wakhuluma kuMose entabeni yaseSinayi, wathi:


Futhi awusingenisanga ezweni elivame ubisi nezinyosi, awusinikanga ifa lamasimu nelezivini; uyakubhoboza amehlo alaba bantu na? Asiyikukhuphuka.”


nokuba lapho abantu bezwe beletha impahla, noma uhlobo oluthile lwamabele ngosuku lwesabatha ukuba bathengise ngakho, singathengi kubo ngesabatha nangosuku olungcwele, futhi siwuyeke umnyaka wesikhombisa nazo zonke izikwenetu.


nakuzo izinkomo zakho nezilwane ezisezweni konke ukuthela kwalo kuyakuba ngukudla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite