Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 22:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Uma isela lingafunyanwa, umninindlu uyakusondela kuNkulunkulu, kubonwe ukuba akafakanga yini isandla sakhe empahleni yomakhelwane wakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Uma isela lingabanjwanga, umnini wendlu uyakulethwa phambi kukaNkulunkulu, ukuze kucaciswe ukuthi umnini wempahla ngabe uyintshontshe kwamakhelwane yini noma qha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Uma isela lingatholwa, umninindlu kumelwe ayiswe kubahluleli ukuze kubonakale ukuthi akazange yini athinte impahla yomakhelwane wakhe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 22:8
9 Referans Kwoze  

“Uyakuzikhethela abahluleli nezinduna emasangweni akho onke uJehova uNkulunkulu wakho akunika wona njengezizwe zakho; bayakwahlulela abantu babo ngokwahlulela okulungileyo.


“Awuyikuthuka uNkulunkulu, ungaqalekisi induna yabantu bakini.


khona inkosi yaso iyakusiyisa kuNkulunkulu, isimise emnyango noma ensikeni yomnyango, inkosi yaso ibhoboze indlebe yaso ngosungulo, size simkhonze kuze kube phakade.


UNkulunkulu umi emhlanganweni wawonkulunkulu; uyahlulela phakathi kwawonkulunkulu.


Ayizinkulungwane ezingamashumi amabili nane kuwona ayengawokwengamela umsebenzi wendlu kaJehova; izinkulungwane eziyisithupha zaziyizinduna nabahluleli;


Ngezindaba zonke zamacala, eyenkabi, neyembongolo, neyemvu, neyengubo, neyento elahlekileyo, umuntu asho ngayo ukuthi ngeyakhe, indaba yabo bobabili iyakuza phambi kukaNkulunkulu; olahlwa nguNkulunkulu uyakumkhokhela umakhelwane wakhe kuphindwe kabili.


“Uma umuntu ona umakhelwane wakhe, athweswe isifungo sokumfungisa, abeseza ukufunga phambi kwe-altare lakho kule ndlu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite