Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 22:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Uma kuvela umlilo, uvuthe emeveni kuze kushe izinhlanga zamabele, noma amabele angakavunwa, noma insimu, othungele umlilo uyakukhokha impela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 “Uma kuqubuka umlilo, wokheleke ezihlahleni ezinameva kuze kushe nezinhlanga zamabele, noma okusanhlamvu okungakavunwa, lowo othungele umlilo kufanele akhokhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Uma kuqubuka umlilo kungene ameva, kuqedwe izinqwaba zikakolweni, noma amabele, noma inhlabathi; lowo owabasa umlilo kumele akhiphe isinxephezelo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 22:6
8 Referans Kwoze  

Ngezindaba zonke zamacala, eyenkabi, neyembongolo, neyemvu, neyengubo, neyento elahlekileyo, umuntu asho ngayo ukuthi ngeyakhe, indaba yabo bobabili iyakuza phambi kukaNkulunkulu; olahlwa nguNkulunkulu uyakumkhokhela umakhelwane wakhe kuphindwe kabili.


Kepha uma yebiwe kuye impela, uyakumkhokhela umniniyo.


Niyakubazi ngezithelo zabo. Kungakhiwa yini izithelo zomvini emeveni noma amakhiwane ekhakhasini na?


“Uma umuntu eklabisa ensimini noma esivinini, aziyeke nje izinkomo zakhe zize zidle ensimini yomunye, uyakukhokha nokukhokha ngokuhle kwensimu yakhe nangokuhle kwesivini sakhe.


“Uma umuntu enikeza kumakhelwane wakhe imali noma impahla ukuba ayilondoloze, bese yebiwa endlini yalowo muntu, isela, uma lifunyanwa, liyakukhokha kuphindwe kabili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite