Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 22:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Uma idweshuliwe, makayilethe ibe ngufakazi, angakhokhi okudweshuliweyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Uma idwengulwe yizilwane zasendle, makulethwe ubufakazi; akuyukuba bikho sinxephezelo ngokudwenguliweyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Uma idweshulwe yaba yizicucu, kumelwe alethe njengobufakazi, futhi ngeke ayilungise into edweshuliwe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 22:13
6 Referans Kwoze  

Ingonyama yadwengula okwanele amabhongo ayo, yabindela izingonyamakazi zayo; yagcwalisa imiphandu yayo ngempango nemigede yayo ngengcugco.


Insali yakwaJakobe iyakuba phakathi kwezizwe, phakathi kwabantu abaningi, njengengonyama phakathi kwezilwane zasehlathini, njengebhongo lengonyama phakathi kwemihlambi yezimvu, elithi lapho lidabula, linyathele, lidwengule, kungekho owophulayo.


Usho kanje uJehova, uthi: “Njengalokhu umalusi ophula emlonyeni wengonyama imilenze emibili noma inxenye yendlebe, kanjalo abantwana bakwa-Israyeli bayakophulwa, abahlala eSamariya ezingosini zezihlalo naphezu kwezingubo zikasilika* zemibhede.”


Ngase ngithi: “O Nkosi Jehova, bheka, umphefumulo wami awuzange ungcoliswe, ngokuba kusukela ebusheni bami kuze kube manje angidlanga okuzifeleyo nokudweshuliweyo, nenyama enengekayo ayingenanga emlonyeni wami.”


Kepha uma yebiwe kuye impela, uyakumkhokhela umniniyo.


“Uma umuntu etsheleka impahla yomunye, bese yilimala noma ifa, umniniyo engekho, nayo uyakuyikhokha nokuyikhokha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite