Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 22:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kepha uma yebiwe kuye impela, uyakumkhokhela umniniyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Kepha uma yebiwe, umniniyo uyothola isinxephezelo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uma yebiwe kuye, kumelwe abuyisele umnikazi wayo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 22:12
4 Referans Kwoze  

Ezidweshulwe yizilo ngangingaziyisi kuwe; kwalahlekelwa mina; wazibiza esandleni sami, noma zebiwe emini noma zebiwe ebusuku.


“Uma umuntu enikeza kumakhelwane wakhe imali noma impahla ukuba ayilondoloze, bese yebiwa endlini yalowo muntu, isela, uma lifunyanwa, liyakukhokha kuphindwe kabili.


kuyakunquma isifungo sikaJehova phakathi kwabo bobabili sokuthi akasifakanga yini isandla sakhe empahleni yomakhelwane wakhe; umniniyo uyakusamukela isifungo, angayikhokhi.


Uma idweshuliwe, makayilethe ibe ngufakazi, angakhokhi okudweshuliweyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite