Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Uma umuntu ethengisa ngendodakazi yakhe, ibe yisigqilakazi, ayiyikuphuma njengalokhu ziphuma izigqila.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 “Uma indoda ithengisa ngendodakazi yayo ukuba ibe yisigqila, ayinakukhululwa njengoba kukhululwa izigqila zesilisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uma umuntu ethengisa ngendodakazi yakhe ukuba ibe yisigqila, ayiyikuphuma njengezigqila.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:7
4 Referans Kwoze  

Nokho inyama yethu injengenyama yabafowethu, abantwana bethu banjengabantwana babo; bheka, sithobisa amadodana ethu namadodakazi ethu, abe yizigqila; amanye amadodakazi ethu asethotshisiwe; futhi awakho amandla ezandleni zethu, ngokuba amasimu ethu nezivini zethu sekungokwabanye.”


khona inkosi yaso iyakusiyisa kuNkulunkulu, isimise emnyango noma ensikeni yomnyango, inkosi yaso ibhoboze indlebe yaso ngosungulo, size simkhonze kuze kube phakade.


Uma sisibi emehlweni enkosi yaso ezimisele sona, yovuma ukuba sihlengwe; ayiyukuba namandla okuthengisa ngaso kubo abafokazi, njengokuba isiphathe ngenkohliso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite