Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Uma isigqila siyakusho nokusho ukuthi: ‘Ngiyathanda inkosi yami, nomkami, nabantwana bami, angiyikuphuma ngikhululekile,’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Kepha uma isigqila sisho ngokucacile sithi: ‘Ngiyamthanda umnumzane wami, nomkami nabantwana bami, ngakho-ke anginakuhamba njengokhululekileyo,’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uma inceku isho nokusho ukuthi: ‘Ngithanda inkosi yami, nomkami, nabantwana bami; Ngeke ngiphume ngikhululekile.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:5
5 Referans Kwoze  

Jehova Nkulunkulu wethu, amanye amakhosi angaphandle kwakho asibusile, kepha kuwena wedwa siyadumisa igama lakho.


Uma inkosi yaso isinika umfazi, yena esizalela amadodana noma amadodakazi, umfazi nabantwana bakhe bayakuba ngabenkosi yakhe, sona siphume sodwa.


khona inkosi yaso iyakusiyisa kuNkulunkulu, isimise emnyango noma ensikeni yomnyango, inkosi yaso ibhoboze indlebe yaso ngosungulo, size simkhonze kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite