Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 umninimgodi uyakukhokha, amnike umniniyo imali, efileyo ibe ngeyakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 umnini womgodi uyokhokhela umnini wesilwane ngemali; yena athathe isilwane esifileyo sibe ngesakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Umnikazi womthombo kumelwe awulungise, anike umnikazi wawo imali; lesilwane esifileyo sibe ngesakhe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:34
9 Referans Kwoze  

“Uma umuntu etsheleka impahla yomunye, bese yilimala noma ifa, umniniyo engekho, nayo uyakuyikhokha nokuyikhokha.


“Uma kuvela umlilo, uvuthe emeveni kuze kushe izinhlanga zamabele, noma amabele angakavunwa, noma insimu, othungele umlilo uyakukhokha impela.


“Uma umuntu evula umgodi, noma emba umgodi engawusibekeli, kukhalakathele kuwo inkabi noma imbongolo,


“Uma inkabi yomuntu ihlaba eyomunye ize ife, bayakuthengisa ngenkabi ephilayo, bahlukaniselane imali yayo, bahlukaniselane nefileyo futhi.


Uma ilanga lase liphumile phezu kwalo, kuyakuba yicala legazi phezu kwalo. Isela liyakukhokha nokukhokha; uma lingenalutho, kuyakuthengiswa ngalo ngenxa yokweba kwalo.


uyakulibuyisa ixhukazana, liphindwe kane, ngokuba enze lokho nangokuba wayengenasihawu.”


Uma efunyanwa, uyakubuyisa kasikhombisa, anikeze yonke impahla yendlu yakhe.


yena lo mubi abuyise isibambiso, akhokhe ayekuthathile, ahambe ngezimiso zokuphila, angenzi okubi, uyakuphila nokuphila, angafi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite