Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 khona-ke, uma elulama, ahambahambe phandle ngenduku yakhe, owamshayayo uyakuyekelwa, amkhokhele nokho isikhathi sakhe esaphukileyo, elashwe nokwelashwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 uma elulama, akwazi ukuzihambela phandle ngenduku, owamshayayo akayukujeziswa, nokho uyomkhokhela ngesikhathi sakhe esichithekileyo, elashwe aze alulame.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uma evuka futhi ehamba ngodondolo lwakhe, omshayileyo uyakukhululwa; kuphela oyokhokhela ukulahlekelwa yisikhathi sakhe futhi amphulukise ngokuphelele.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:19
4 Referans Kwoze  

Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Kusazakuhlala amaxhegu nezalukazi ezitaladini zaseJerusalema, yilowo nalowo abe nodondolo esandleni sakhe ngenxa yobuningi bezinsuku zakhe.


maliwele ekhanda likaJowabe nakuyo yonke indlu kayise. Makungaphuthi endlini kaJowabe ukuba kube khona ocucuzayo, nonochoko, nozimelelayo ngodondolo, nowayo ngenkemba, noswele isinkwa.”


“Nxa abantu belwa, omunye ashaye omunye ngetshe noma ngenqindi yakhe, angafi kepha alale embhedeni,


“Uma umuntu eshaya isigqila sakhe noma isigqilakazi sakhe ngenduku, size sife phansi kwesandla sakhe, wojeziswa nokujeziswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite