Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 “Nxa abantu belwa, omunye ashaye omunye ngetshe noma ngenqindi yakhe, angafi kepha alale embhedeni,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 “Nxa abantu belwa, omunye ashaye umakhelwane wakhe ngetshe noma ngenqindi, angafi, kepha alale embhedeni,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Uma abantu bexabana, omunye ashaye omunye ngetshe noma ngesibhakela, angafi, kodwa athabathe uhlaka lwakhe;

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:18
8 Referans Kwoze  

“Uma umuntu eshaya isigqila sakhe noma isigqilakazi sakhe ngenduku, size sife phansi kwesandla sakhe, wojeziswa nokujeziswa.


Incekukazi yakho yayinamadodana amabili; alwa odwa endle, akwabakho muntu wokulamula, kepha enye yashaya enye, yayibulala.


“Nxa amadoda amabili elwa, umfazi wenye abesesondela ukuyophula indoda yakhe esandleni saleyo eyishayayo, aselule isandla sakhe, ayibambe ngomphambili,


“Uma abantu belwa, balimaze owesifazane okhulelweyo, size siphuphume isisu sakhe, kungaveli enye ingozi kodwa, wohlawuliswa impela njengalokho indoda yomfazi iyakubeka kuye, akhokhe njengesinqumo sabahluleli.


Waphuma nangosuku olulandelayo; bheka, nanko amadoda amabili amaHeberu exabene; wathi kowonileyo: “Umshayelani owakini na?”


“Othuka uyise nonina wobulawa nokubulawa.


khona-ke, uma elulama, ahambahambe phandle ngenduku yakhe, owamshayayo uyakuyekelwa, amkhokhele nokho isikhathi sakhe esaphukileyo, elashwe nokwelashwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite