Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 20:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Abantu bema kude; uMose wasondela ebumnyameni obunzima, lapho ekhona uNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Kepha abantu bamela kude, kwaba nguMose kuphela osondela efini elimnyama lapho uNkulunkulu wayekhona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Abantu bema kude, uMose wasondela ebumnyameni obukhulu lapho uNkulunkulu ekhona.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 20:21
11 Referans Kwoze  

Khona wakhuluma uSolomoni, wathi: “UJehova ushilo ukuthi uyakuhlala esigayegayeni.


Amafu nobumnyama kuyamphahla; ukulunga nokwahlulela kuyisisekelo sesihlalo sakhe sobukhosi.


yena yedwa onokungafi, ehlala ekukhanyeni okungenakusondelwa kukho, ongazange abonwe muntu, nongebonwe; makube kuye udumo namandla aphakade. Amen.


Wathobisa izulu, wehla; ubumnyama babuphansi kwezinyawo zakhe.


Khona wakhuluma uSolomoni, wathi: “UJehova ushilo ukuthi uyakuhlala esigayegayeni.


ogqoka ukukhanya njengengubo, oweneka izulu njengendwangu;


Ekukhazimuleni okuphambi kwakhe amafu akhe abanga phambili, isichotho namalahle avuthayo.


“Lawo mazwi uJehova wawakhuluma kuyo yonke inhlangano yenu entabeni, evela phakathi komlilo, nefu, nesigayegaye, ngezwi elikhulu, akathasiselanga lutho. Wawaloba ezibhebheni ezimbili zamatshe, wanginika zona.


Mina ngema phakathi kukaJehova nani ngaleso sikhathi ukunazisa izwi likaJehova, ngokuba nesaba ngenxa yomlilo, anakhuphukela entabeni. Wathi:


UMose wakhuphukela kuNkulunkulu; uJehova esentabeni wamemeza kuye, wathi: “Yisho kuyo indlu kaJakobe, ubatshele abantwana bakwa-Israyeli, uthi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite