Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 17:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kwathi uMose esephakamisile isandla sakhe, u-Israyeli wahlula, kepha nxa esehlisa, u-Amaleki wahlula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Noma nini lapho isandla sikaMose siphakeme, u-Israyeli wayenqoba, kodwa uma esehlisa esiphumuza, kunqobe ama-Amaleki.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Lapho uMose ephakamisa isandla sakhe, u-Israyeli wahlula; lapho esehlisa, u-Amaleki wahlula.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 17:11
8 Referans Kwoze  

Ngalokho ngithanda ukuba amadoda akhuleke ezindaweni zonke, ephakamisa izandla ezingcwele, engenalulaka nokuphikisana.


Ngakho, vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko oqinileyo wolungileyo unamandla kakhulu.


Khona izitha zami ziyakubuyela emuva mhla ngikhalayo; ngiyakwazi lokhu ukuthi uNkulunkulu unami.


Wabalandisa umfanekiso wokuthi bamelwe ukukhuleka njalo, bangadangali.


UJoshuwa wenze njalo, njengalokho uMose eshilo kuye, walwa no-Amaleki; oMose, no-Aroni, noHure bakhuphukela esiqongweni sentaba.


Kodwa izandla zikaMose zaba nzima; bathatha itshe, walibeka phambi kwakhe, wahlala kulo; o-Aroni noHure basekela izandla zakhe, omunye engalapha, omunye engalapha; zase zihlala ziqinile izandla zakhe laze lashona ilanga.


UJoshuwa akabuyisanga isandla sakhe awelula ngaso umkhonto, engakaqothuli bonke abakhileyo e-Ayi.


Ngokuba angiwethembi umnsalo wami, nenkemba yami ayingisindisi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite