Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 16:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Bakubutha ekuseni njalo imihla ngemihla, kwaba yilowo nalowo muntu njengokudla kwakhe; kepha nxa ilanga selibalele, kwancibilika.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Njalo ekuseni kwaba yilowo nalowo wabutha ngangokwesidingo sakhe, kodwa lapho seliphakeme ilanga, kwakuncibilika.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Bakubutha ekuseni njalo, kwaba yilowo nalowo njengokudla kwakhe; kwathi ilanga selifudumala, yancibilika.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 16:21
8 Referans Kwoze  

ngokuba uthi: “Ngesikhathi esihle ngikuzwile, nangosuku lwensindiso ngakuhlangulisa;” bheka, manje kuyisikhathi esihle kakhulu; bheka, manje kulusuku lwensindiso; –


Wayesethi kubo uJesu: “Kuseyisikhashana ukukhanya kukhona kini. Hambani nise nokukhanya, ukuze ubumnyama bunganehleli. Ohamba ebumnyameni akazi ukuthi uya ngaphi.


Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe, khona konke lokhu kuyakwenezelwa nina.


Futhi khumbula uMdali wakho emihleni yobusha bakho, zingakafiki izinsuku ezimbi, ingakasondeli iminyaka osho ngayo ukuthi: “Angithokozi ngayo;”


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Kodwa abamlalelanga uMose; abanye kubo bashiya okunye kwaze kwasa, kwazala izimpethu, kwanuka, uMose waze wabathukuthelela.


Kwathi ngosuku lwesithupha babutha isinkwa esiphindwe kabili, amayomere* amabili kumuntu munye; zonke izinduna zomhlangano zafika, zamtshela uMose.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite