Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 16:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Lonke ibandla labantwana bakwa-Israyeli lakhonona ngoMose nango-Aroni ehlane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Lonke ibandla lakwa-Israyeli lakhononda ngoMose no-Aroni ehlane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli yakhonona ngoMose no-Aroni ehlane.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 16:2
10 Referans Kwoze  

Futhi ningakhononi njengabanye kubo bakhonona, babhujiswa ngumbulali.


Abantu bakhonona ngoMose, bathi: “Siyakuphuzani na?”


Bakhonona besematendeni abo; babengalaleli izwi likaJehova.


Obaba abaqondanga izibonakaliso zakho eGibithe, abakhumbulanga ubuningi bezenzo zakho zomusa; bahlubuka ngaselwandle, uLwandle Olubomvu.


Bashesha bakhohlwa imisebenzi yakhe, abalindelanga isiluleko sakhe.


Bathi kuMose: “Kungokuba kwakungekho mathuna eGibithe usikhiphile ukuba sifele ehlane na? Usenzeleni lokhu, wasikhipha eGibithe, na?


Zingakalali, amadoda omuzi, amadoda aseSodoma, azungeza indlu, amasha namadala, abantu bonke bephelele.


Zathi kubo: “UJehova makanibheke, ahlulele, ngokuba nilenzile iphunga lethu linuke kabi emehlweni kaFaro nasemehlweni ezinceku zakhe, nibeke inkemba esandleni sabo ukuba basibulale.”


Abantu bomela khona amanzi; abantu bakhonona ngoMose, bathi: “Usikhuphuleleni eGibithe ukuba usibulale, thina nabantwana bethu nezinkomo zethu ngokoma, na?”


lokhu bonke labo bantu ababone inkazimulo yami nezibonakaliso zami engazenza eGibithe nasehlane bengilingile kayishumi, abalalela izwi lami,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite